Uhlelo lwezitimela ngomdlalo wamanqamu we-MTN8 eThekwini

2017-10-11 09:20

eThekwini - Abalandeli bebhola abafisa ukubukela umdlalo wamanqamu we-MTN8 eThekwini ngale mpelasonto bazozijabulela izinsiza zokuhamba.

Abe-PSL bakhiphe umbiko wohlelo lwezitimela ezizobe zithutha abalandeli bebhola zisuka elokishini eMlazi naKwaMashu kuya enkundleni yezemidlalo eMoses Mabhida.

Lo mdlalo wamanqamu uphakathi kwe-Cape Town City ne-SuperSport United, uzoba ngoMgqobilo-14 Okthoba 2017, ngo- 19:00.

KwaMashu siya eMoses Mabhida Stadium

  • Train no. 9398: Sisuka ngo-16:30, sifika 16:58
  • Train no. 9418: Sisuka ngo-17:30, sifika  17:58
  • Train no. 9438: Sisuka ngo-18:30, sifika  18:58

Umlazi siya eMoses Mabhida Stadium

  • Train no. 9397: Sisuka ngo-16:00, sifika 16:52
  • Train no. 9417: Sisuka ngo-17:00, sifika  17:52
  • Train no. 9437: Sisuka ngo-18:00, sifika  18:52

Moses Mabhida Stadium siya kwaMashu

  • Train no. 9467: Departs 20:52, sifika  21:20
  • Train no. 3271: Sisuka ngo-21:20, sifika  21:49

Moses Mabhida Stadium siya eMlazi

  • Train no. 3274: Sisuka ngo-21:15, sifika 22:08

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Sunny. Mild. Pta: 18-25°C Passing showers. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 16-22°C Numerous showers. Cloudy. Mild. Bloem: 16-30°C Sunny. Warm.
Dbn: 23-28°C a few tstorms. More clouds than sun. Warm. PE: 18-22°C a few showers. More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...