Ubeke phansi izintambo uHeyneke Meyer

2015-12-03 12:29

Johannesburg - UHeyneke Meyer ufake incwadi yokwesula ekuqeqesheni iqembu lesizwe lebhola lombhoxo, amaSpringbok, kusho umbiko.

Inkontileka kaMeyer ibizophela ngomhlaka-31 Disemba.

OLUNYE UDABA: 'Amhlophe kakhulu' amaBhokobhoko - Tutu

Lokhu kulandela izinyanga ezingu-12 ezinzima ezibone amaBhokobhoko ehlulwa yi-Argentina neJapan yaphinde yahluleka ukunqoba iNdebe yoMhlaba, ngalokho-ke uMayer wanquma ukubeka phansi izintambo.

UMeyer uveze ukuthi angathanda ukuthi khumu ngemuva komhlangano abe nawo no-Oregan Hoskins nesikhulu esiphezulu se-SARU uJurie Roux.

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Rain. More clouds than sun. Cool. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-19°C Sunny. Mild. Bloem: 3-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 12-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...