Omunye kwiChiefs oselule inkontileka

2017-03-10 09:30

Johannesburg - Umdlali wasesiwini weKaizer Chiefs, uGeorge Maluleka, ungowakamuva ukwelula inkontileka eqenjini laseNaturena.

Lo mdlali welule inkontileka yakhe ngeminyaka emithathu.

AmaKhosi enze lesi simemezelo enkundleni yezokuxhumana uTwitter ngoLwesine.

OLUNYE UDABA: UManyama noSingh babizelwe kuBafana Bafana

‘UMido’ ungumdlali wesithupha ukuzibophezela ngokuhlala kuleli qembu, noseqinisekise ukuthi ngeke kubenezinkinga ngezinkontileka zabadlali kulo nyaka.

UTsepo Masilela, Siphiwe Tshabalala, Lucky Baloyi, Kgotso Moleko noWillard Katsande bangabanye babadlali abelule izinontileka zabo kuleli qembu.

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-20°C Morning clouds. Cool. Pta: 12-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 4-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-25°C Partly cloudy. Mild. PE: 16-23°C Scattered clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...