Naba abadlali abasha beKaizer Chiefs...

2016-06-27 12:18

Durban - IKaizer Cheifs igcine ibamemezelile abadlali abazoba semabhukwini ayo ngesizini ezayo kulandela ukudiliza abadlali abangu-20.

Imenenja yeCheifs uBobby Motaung, ngokubambisana nomqeqeshi uSteve Komphela, bamemezele la badlali ngoMsombuluko emini bebade.

IChiefs ike yaveza ngaphambilini ukuthi ifuna ukukhuculula iqembu ukuze ikwazi ukwakha isikwati esisha.

Nalu uhlu lwabadlali:

Sibusiso Khumalo

Enocent Mkhabela

Emmanuel Letlotlo

Keagan Buchanan

Ramahlwe Mphahlele

Edmore Chirambadare waseZimbabwe

Michelle Katsvairo waseZimbabwe

Lewis Macha waseZambia

Iqembu liphinde lamemezela iphini likamqeqeshi elisha, okunguJohn Paintsil ongowokudabuka eGhana.

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 3-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-22°C Scattered tstorms late. Partly cloudy. Cool. PE: 10-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...