ISuperSport United ihlabane ngomdlali weWits

2017-09-01 09:33

Johannesburg - ISuperSport United ihlabane ngomdlali weBidvest Wits, uSifiso Myeni, ngemuva kwesivumelwano sokumboleka isizini yonke.

UMyeni ujoyine iziTshudeni esuka kwi-Orlando Pirates ekuqaleni kwesizini edlule, wazisiza ekuthatheni isicoco se-Absa Premiership neseMTN8.

OLUNYE UDABA: Usejoyine iqembu laseKapa umdlali wePirates

Kodwa manje usezochitha isizini yonke ka-2017/18 kuMatsatsantsa, kanti lezi zindaba ziqinisekiswe yi-PSL ku-Twitter ngosuku lokugcina lokuthengiselana ngabadlali.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-29°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 11-26°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 15-17°C Scattered showers. More clouds than sun. Cool. PE: 13-16°C Mostly sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...