Iqembu laseFrance lidabule inkontileka yomdlali wakuleli

2018-02-09 12:31

Johannesburg - Iqembu laseFrance elidlala ku-Ligue 1, iRennes, selikuqinisekisile ukuthi seliyidabulile inkontileka kaKermit Erasmus.

U-Eramus wajoyina le kilabhu yaseFrance ngo-2016 esuka kwi-Orlando Pirates, kodwa wadlala imidlalo engu-11 kuphela.

OLUNYE UDABA: Uthungatha ikilabhu owayengumdlali weDowns

Lo mgadli ngesizini edlule ubebolekiswe kwikilabhu edlala kuLigue 2, i-RC Lens, nokuyilapho edlale khona imidlalo engu-13 kuphela.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-23°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 13-21°C Morning clouds. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 19-24°C Tstorms early. Decreasing cloudiness. Mild. PE: 12-20°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...