Ifu elimnyama eNaturena kudlula emhlabeni omunye wabaqeqesha iChiefs

2017-08-31 10:55

Johannesburg - IKaizer Chiefs isimemezele ukudlula emhlabeni komqeqeshi wonozinti waleli qembu laseNaturena, u-Alexandre Bezzerra Revoredo.

IChiefs ku-Twitter ithe: "Sidumele ngokumelezela izindaba zokudlula emhlabeni komqeqeshi wonozinti, u-Alexandre Revoredo, ngokukhulu ukuzuma."

URevoredo, 57, ujoyine iChiefs ngoJuni 2016, ngemuva kokuchitha iminyaka emine phambilini nezinkunzi zaseSoweto i-Orlando Pirates.

OLUNYE UDABA: I-Arrows isayinise oweWits

Lo mqeqeshi waseBrazil ufike eNingizimu Afrika ngo-2007 ezosebenza njengomqeqeshi wonozinti ngesikhathi uJulio Leal eqeqesha AmaZulu.

URevoredo wake wasebenza eqenjini lesizwe nakwiGolden Arrows.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-14°C Mostly sunny. Cool. Pta: 15-28°C Showery. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-22°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Bloem: 4-17°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 14-18°C Showery. More clouds than sun. Cool. PE: 12-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...