I-Ajax Cape Town isayinise umdlali weMamelodi Sundowns

2018-01-23 14:00

Johannesburg - Umdlali weMamelodi Sundowns uYannick Zakri usejoyine iqembu laseKapa, i-Ajax Cape Town.

Lo mdlali wase-Ivory Coast udlale imidlalo eyishumi esigabeni sokuqala sesizini kwiSundowns, kodwa wakuthola kunzima ukushaya amagoli kwi-Absa Premiership.

OLUNYE UDABA: Umqeqeshi weBaroka usanethemba ngesicoco seligi

I-Urban Warriors kuze kube manje isisayinise abadlali abafana noTendai Ndoro, Fagrie Lakay noSamuel Julies njengoba kusavulwe iwindi lokuthengwa kwabadlali ngoJanuwari.

I-Ajax kuTwitter ithe: "I-Ajax Cape Town isingakuqinisekisa ukuthi isayinise umdlali wase-Ivory Coast uYannick Zakri.


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-26°C Sunny. Mild. Pta: 18-24°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Jhb: 15-21°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 17-28°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 22-28°C Rain early. Decreasing cloudiness. Warm. PE: 19-26°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...