Asineme kwiChiefs: Maluleka

2016-05-05 13:33

Johannebsurg - UGeorge Maluleka usedalule ukuthi abeneme kwiKaizer Chiefs ngemuva kokuba leli qembu lehlulekile ukuthatha isisico kule sizini, kubika iKickOff.com.

"Akekho ojabulile eqenjini. Asenzanga kahle, ngakho akukho okungasijabulisa. IChiefs ijwayele ukunqoba okungenani isicoco esisodwa okuyinto esingayenzanga kule sizini,” kusho uMaluleka.

Funda nalolu daba: UMosimane ufuna isicoco seshumi

“Sidinga isicoco njalo ngesizini. Ngeke kubelula kodwa kuzomele siphumule besesibuya sesiyiqembu elingcono ngesizini ezayo.”

Amakhosi adlale ngokulingana neCeltic eFNB Stadium ngobusuku iMamelodi Sundowns ethathe ngabo isicoco seligi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C Sunny. Cool. Pta: 20-30°C High level clouds. Warm.
Jhb: 18-25°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 13-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-20°C Passing showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 14-22°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...