Amazwi enduduzo ngokudlula kobengumhlaziyi webhola kwa-SABC

2017-08-29 19:30

Durban - Alokhu egeleze njalo amazwi enduduzo kulandela ukudlula emhlabeni kukalowo owayeyintatheli yeSunday Times, uMzimasi Mgebisa, obesehlaziya ibhola lezinyawo kwa-SABC.

UMgebisa kuthiwa udlule emhlabeni esibhedlela iCharlotte Maxeke Johannesburg Academic, eGoli, ngemuva kokuxinwa yizinso.

Unkosikazi kaMgebisa, u-Asanda, uthe: "Ubesezinhlungwini ngendlela emangalisayo. Ubekhala kakhulu ngezinso ezibuhlungu kanye nemilenze. Ubengena ephuma esibhedlela kusukela ngo-Ephreli, isimo saqala saba bucayi ngoJulayi," esho.

Uthi umyeni wakhe kumanele ngoLwesibili ekuseni.

TWITTER:

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Rain. More clouds than sun. Cool. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-19°C Sunny. Mild. Bloem: 3-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 12-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...