Amakhosi azodlalela eMabhida kowe-MTN8 Quarter-Final

2017-08-03 14:02

Durban - Abe-Premier Soccer League sebeqalile ukudayisa amathikithi emidlalo ye-2017/18 MTN8 quarterfinal.

Imidlalo yalo mncintiswano kulo nyaka izoqala ngoLwesihlanu mhlaka 11 Agasti 2017. 

Amathikithi azodayisa ngo-R40 nango-R60 ngeminye imidlalo kanti atholakala e-TicketPro kanye nasezitolo zakwaJet, u-Edgars, uCNA nasePostnet.

Imidlalo namathikithi ayo kumi kanje::

NgoLwesihlanu, 11 August 2017

  1. Bidvest Wits vs Golden Arrows, Bidvest Stadium (20h00)

-          Amathikithi: R40 abadala, R15 izingane ezingaphansi kweminyaka engu-12

NgoMgqibelo, 12 August 2017

  1. Cape Town City vs Polokwane City, Cape Town Stadium (15h00)

-          Amathikithi: R60 abantu abadala, R15 izingane ezingaphansi kweminyaka engu-12

  1. Kaizer Chiefs vs SuperSport United, Moses Mabhida Stadium (20h15)

-     Amathikithi: R60 abantu abadala, R15 izingane ezingaphansi kweminyaka engu-12

NgeSonto, 13 August 2017

  1. Mamelodi Sundowns vs Maritzburg United, Lucas Moripe Stadium (15h00)

-     Amathikithi: R40 abadala, R15 izingane ezingaphansi kweminyaka engu-12

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-17°C Rain early. More sun than clouds. Cool. Pta: 13-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...