Wenze adume ngakho uMessi

2013-01-08 07:42

 Zurich - umgadli weBarcelona ne-Argentina uLionel Messi, ukuphindile lokho ngesikhathi ethatha umklomelo weBallon d'Or, asewuthathe iminyaka emine ilandelana.

Lokhu kunqoba kwakhe kugcwalisele okuvele kukhulunwa ngabantu, okungukuthi ungumdlali ovelele kule minyaka.

Lo mdlali oneminyaka engu-25 ubudala, obambe irekhodi lokushaya amagoli amaningi, uhlule izimbangi zakhe ezidlalela iReal Madrid nePortugal, okungoCristiano Ronaldo nomdlali weBarcelona u-Andres Iniesta.

Umqeqeshi weSpain uVicente del Bosque, uqokwe njengomqeqeshi wonyaka ka-2012, naye uhlule imbangi yakhe yeReal Madrid uJose Mourinho




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

IDowns igaqele omunye umdlali weBucs

Emizuzwini eyi-54 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Sunny. Cool. Pta: 17-29°C Showers late. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 15-25°C Showers late. More clouds than sun. Mild. Bloem: 17-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 17-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...