Uzoba muncane umhlabakhefu kuBafana

2012-12-25 12:02

Johannesburg - Sizoba sincane kakhulu isikhathi sokuphumula kubadlali beBafana Bafana kanjalo nakumqeqeshi uGordon Igesund njengoba kumele bazilungiselele i-Africa Cup of Nations, kubika iKickOff.com.

Isikhathi siyamphelela u-Igesund, njengoba iSafa iveze ukuthi uzoba nekhempu eyisiphesheli kusukela ngoDisemba 27-30 eGoli ngaphambi kokumemezela isikwati se-Afcon.

U-Igesund uzimisele ngokuhlola isimo sikaKatlego Mphela, Benni McCarthy, Thulani Serero noBernard Parker kule khempu.

“Ngokohlelo lwethu, bonke abadlali beBafana Bafana kulindeleke ukuthi babe sekhempini ngoJanuwari 2 ukuzilungiselela i-Africa Cup of Nations," kusho oweSafa uMahlomola Morake.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C More clouds than sun. Mild. Pta: 15-29°C Morning clouds. Warm.
Jhb: 12-24°C Morning clouds. Mild. Bloem: 12-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-30°C More sun than clouds. Warm. PE: 14-30°C High level clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...