Uzilolonga neChippa umdlali wodumo

2015-09-16 13:35

Johannesburg - ULerato Chabangu usePort Elizabeth uzilolonga neChippa United ngemizamo yokuthola inkontileka kuleli qembu.

Lo mdlali owayegijima kwiMamelodi Sundowns akanalo iqembu kulandela ukushiya  iMoroka Swallows ekupheleni kwesizini, ngemuva kokuba zingamlungelanga izinto kwiBidvest Wits.

Funda nalolu daba: Ufunwa awaphesheya oweChiefs

“Ngingakuqinisekisa ukuthi uChabangu uzilolonga neChippa United,” kusho imenenja yakhe, uGlyn Binkin, kwiKickOff.com.

“Uqale izolo futhi uzohlala khona uma nje basamdinga. Kodwa akukho ukungabaza ngekhono lakhe.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C a few showers. Morning clouds. Cool. Pta: 19-28°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-23°C a few showers. More sun than clouds. Mild. Bloem: 14-25°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-25°C Heavy rain. Mostly cloudy. Mild. PE: 14-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...