Usuthu luphinde lwathola induku

2012-08-22 07:32

Durban - Emuva kokuthelwa ngehlazo ngo 6-0 bebhekene neKaizer Chiefs, aMaZulu aphinde abhaxatshulwa ngo 2-0 ngomkhaya babo baKwaZulu-Natal, iMaritzburg United, kubika iKickoff.com.

Kusobala ukuthi umqeqeshi uRoger Palmgren akuyona into abeyilindele le ngemuva kokugxekwa kwezakhe ngokuhlulwa okwadonsa ngisho amehlo eSilo samaBandla uGoodwill Zwelithini.

ITeam of Choice bekumele vele iwunqobe lo mdlalo ngamagoli ababili kaCuthbert Malajila, njengoba itshengise ukuzimisela zisuka nje.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 18-24°C Scattered showers. More clouds than sun. Mild.
Jhb: 15-20°C Passing showers. Broken clouds. Mild. Bloem: 15-19°C Heavy rain. Mostly cloudy. Mild.
Dbn: 20-21°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 18-22°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...