Usezobonakala kuPirates uChinyama

2012-08-29 14:02

Johannesburg - Esigamekweni esibonakala singatakula i-Orlando Pirates, umgadli uTakesure Chinyama nobebhekwe ngabomvu kungenzeka ukuthi abonakale uma ezakhe sezigadulisana neMoroka Swallows ngoMgqibelo.

UChinyama udedelwe yiqembu lakhe laseZimbabwe iDynamos, kanti uma umqeqeshi u-Augusto Palacios esekhetha abadlali naye elakhe igama lizobe likhona esigqokweni kulo mdlalo womkhaya baseSoweto.

IPirates  ibibonakala idonsa kanzima ekutholeni lo mdlali, ngemuva kokuthi iDynamos yanxenxa ukuba akhokhelwe ngokugcwele ngaphambi kokuba imdedele.

"Konke sekumi ngomumo manje, uChinyama usekulungele ukudlala," kusho imenenja yezokuxhumana kumaBhakabhaka uMickey Modisane etshela iKickOff.com.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 20-33°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-27°C Morning clouds. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 14-19°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...