Usemningi umsebenzi osihlalele - Igesund

2012-10-17 07:38

Johannesburg - Umqeqeshi weBafana Bafana uGordon Igesund ubebathwele ngeqoma abadlali bakhe kulandela ukuthi benqobe ngo 2-1 ngesikhathi bebhekene neKenya eNairobi ngoLwesibili ebusuku, kubika iKickOff.com.

IBafana, nehlezi kunombolo 76 emazweni omhlaba kwezebhola, ibhukule kunzima enkundleni yezemidlalo iNyayo National Stadium, nebingekho esimweni esikahle.

U-Igesund uthi weneliseke kakhulu ngendlela amasosha akhe azinikele ngayo.

“Kumele ngibancome abafana, badlale ibhola elincomekayo, babhukula, bazinikela ngakho konke," esho ngemuva komdlalo.

“Kuyajabulisa ukunqoba, kodwa kusekuningi ekumele kwenziwe. Kungenzeka ukuthi ngiqale ngiqalaze isikwati engisidingayo kowe-Africa Cup of Nations.”


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Asigaqele imali - VV

2014-09-17 18:40
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Rain showers. Morning clouds. Cool. Pta: 13-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-21°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 18-36°C Afternoon clouds. Hot. PE: 14-21°C Partly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...