Uselinde usuku u-Igesund

2013-01-02 11:00

Johannesburg - Umqeqeshi weBafana bafana uGordon Igesund uthi uwulindele ngabomvu umdlalo wezakhe neNorway, ozobanjelwa eCape Town Stadium, mhlaka-8 Januwari.

Ekhuluma nabezindaba ze-football411.com, uthe abadlali beBafana abangu-23, bazotheleka eMother City ngoLwesithathu.

U-Igesund uthi uzama ukuhlanganisa ngendlela abadlali bakhe.
 
"Kungumsebenzi onzinyana, kubalulekile ukuthi iqembu lihlangane. Ngiyathemba ukuthi umsebenzi ngingawenza wenzeke.”

IBafana izoziqeqeshela e-Athlone Stadium.

Ngemuva komdlalo waseKapa, iqembu lizobhekisa amabombo eGoli, ukulungiselela umdlalo walo ne-Algeria, e-Orlando Stadium, mhlaka-12 Januwari.

Yonke imidlalo ngeyesihle.
 


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-21°C More sun than clouds. Mild. Pta: 17-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 14-25°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 15-31°C Tstorms late. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-23°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 17-24°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...