Umqeqeshi we-DRC ubeke phansi izintambo

2013-01-18 10:02

Johannesburg - Umqeqeshi weDemocratic Republic of Congo uClaude le Roy ubeke phansi izintambo ekhala ngokungahleleki sekusele izinsuku ezintathu nje vo iqembu lakhe liqale imidlalo ye-Africa Cup of Nations.

INyota TV ne-website yeTP Mazembe, nokuyiqembu elinabadlali abaningi kulesi sikwati esikuleli, babike ngokusula kukaLe Roy.

ULe Roy, 64, usule esikhundleni ngoLwesine ebusuku, ngokuhambisa incwadi esikhulwini somfelandawonye wezemidlalo, uTheo Binamungu.

ULe Roy uhambe nomsizi wakhe uSebastian Migne, kanti basole ukungahleleki njengesizathu sokubeka kwabo phansi amatomu, kanti abazishwashwathayo bathi indaba inabhonasi ale midlalo.

IDR Congo izodlala umdlalo wokuqala ngeSonto ePort Elizabeth ibhekene neGhana.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 17-29°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Showery. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-24°C Heavy rain. Broken clouds. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 15-20°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...