Umdlalo weSupersport ne-Al Ahly usondezwe nganeno

2011-03-08 15:26

Pretoria – Umdlalo we-Caf Champions League phakathi kweSuperSport United neqembu laseGibhithe, i-Al Ahly usondezwe nganeno njengoba uzoba ngomhlaka-18 kuMashi, kubike i-KickOff.com.

Lo mdlalo obuzodlalwa ngoMashi 19, ulethwe nganeno njengoba izwe laseGibhithe lizoba nezingxoxo kulandela imibhikisho emelene nohulumeni.

Lo mdlalo uzodlalelwa enkundleni yezemidlalo yaseCairo.

Kanti ke umdlalo obuzoba phakathi kweSuperSport neKaizer Chiefs ngoMashi 16, usuhlehlisiwe njengoba kubukeka sengathi uzoze udlalwe ngo-Ephreli.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-14°C Morning clouds. Cool. Pta: 5-20°C Showers late. More sun than clouds. Mild.
Jhb: 3-15°C Afternoon clouds. Cool. Bloem: -1-12°C More sun than clouds. Cool.
Dbn: 10-13°C Numerous showers. Mostly cloudy. Quite cool. PE: 8-14°C a few showers. More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...