Uhoxisiwe uBenni kowe-Afcon

2012-12-28 08:23

Johannesburg - Umgadli we-Orlando Pirates uBenni McCarthy nalowo odlalela iKaizer Chiefs u-Eric Mathoho bahoxisiwe esikwatini seBafana Bafana esizodlala kowe-African Nations Cup ngenxa yokulimala.

Ngokombiko we-soccerladuma.com, la badlali bobabili ngeke babe yingxenye yesikwati esizilolonga e-Orlando Stadium ngoDisemba 27 kuya ku-29.

Isikwati sikaGordon Igesund sinabadlali abangu-31 okwamanje kanti ngoDisemba 30 bazobe sebaziwa abangu-23 abazodlala kule midlalo ezoba kuleli ngoJanuwari.

UMcCarthy kuthiwa uhlushwa ngumsipha kanti uMathotho yena wathola ukulimala edolweni.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 8-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-20°C Sunny. Mild. Bloem: 6-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-26°C Sunny. Mild. PE: 14-22°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...