UTau ngeke adlale yonke isizini

2012-10-18 12:02

Johannesburg - Iqembu iKaizer Chiefs isiqinisekise ukuthi isigqemeke ingozi engeqiwa ntwala njengoba sekumenyezelwe ukuthi uJimmy Tau ngeke adlale yonke le sizini ka-2012/13.

Lo mdlali, 32, bese kulindeleke ukuthi aqale ukudlala kulandela ukuhlala izinyanga ezintathu ebhentshini ngesikhathi elimela eqakaleni bedlala naMaZulu ngoMeyi 19 eFNB Stadium, kodwa iKickOff.com yabika ukuthi ukubuya kukaTau kwabambezeleka.

IChiefs isidalule ukuthi lo mdlali ngeke adlale yonke le sizini kulandela ukuhlinzwa kwakhe ngoLwesibili.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-19°C Rain. Morning clouds. Pleasantly warm. Pta: 18-33°C Mostly sunny.
Jhb: 17-27°C More sun than clouds. Bloem: 16-33°C Rain early. More sun than clouds. .
Dbn: 19-24°C Rain late. More sun than clouds. . PE: 18-22°C Afternoon clouds.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...