USikhosana ugxeke isitayela seBafana

2012-11-15 12:01

Johannesburg - Owayengumgadli weBafana Bafana uJerry Sikhosana ugxeke indlela iqembu elidlale ngayo ngesikhathi libhekene neZambia, nokuyilapho lihlulwe khona ngo 1-0, ngoLwezithathu ebusuku eFNB Stadium.

IChipolopolo idlale ngokuncomekayo kuneNingizimu Afrika emdlalweni weNelson Mandela Challenge, kusho uSikhosana, owayedume ngo'Legs of Thunder', ngezinsuku zakhe zebhola, ugxeke indlela iBafana nomqeqeshi wayo uGordon Igesund abadlala ngayo.

"Ngibalalele bobabili abaqeqeshi u-Igesund noHerve Renard ngemuva komdlalo, ngingakusho nje ukuthi ngichazekile ngoRenard," kusho uSikhosana kwabe-Football411.

"Ukucacisa nje, indlela adlalisa ngayo uRenard ukuthi uma iqembu abadlala nalo lingabahlaseli bona basebenzisa lelo thuba ukuhlasela. Kodwa u-Igesund yena uyavimba kuphela akahlaseli, ngicabanga ukuthi badlala ibhola elibhedayo," kusho uSikhosana.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 19-32°C More sun than clouds. Hot.
Jhb: 16-27°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 15-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-24°C Showers early. Decreasing cloudiness. Mild. PE: 18-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...