USandilands uzongena esikhaleni sikaKhune

2012-10-16 12:03

Johannesburg - Unozinti weMamelodi Sundowns uWayne Sandilands uyena ozobe esemapalini njengoba u-Itumeleng Khune elimele, uma leli selibhekene neKenya kowobungani eNyayo Stadium, kusihlwa, kubika iKickOff.com.

UKhune ulimale eqakaleni ngesikhathi bezilolonga eKenya ngoMsombuluko, kanti kuyangabazeka nokubonakala komdlali we-Orlando Pirates uSiyabonga Sangweni njengoba naye ethole ukulimala okufanayo.

Umqeqeshi weBafana Bafana uGordon Igesund useqinisekise abalandeli ukuthi lokhu kulimala akuyona into etheni, abadlali bazolulama ngokushesha.

Kulindeleke ukuthi u-Igesund anikeze uTokelo Rantie ithuba lokuqala umdlalo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kuzobe kungowamagqubu oweDowns neCeltic

Emizuzwini eyi-47 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C More sun than clouds. Cool. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-18°C Sunny. Mild. Bloem: -2-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-22°C Sunny. Refreshingly cool. PE: 9-19°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...