URosslee uzoqhubeka noMadida benoMoroka

2012-12-04 07:35

Durban - AmaZulu akhethe ukuqhubeka nokusebenzisana noFani Madida noRonnie Moroka njengabelekeleli bomqeqeshi kulandela ukuqokwa kukaCraig Rosslee.

URosslee ungene ezicathulweni zikaRoger Palmgren, nowakhonjwa indlela ngaMaZulu kulandela ukuthi umsebenzi wakhe ungathelanga zithelo.

Okhulumela uSuthu uPhilani Mabaso utshele iKickOff.com ukuthi uNjabulo Manqana usazoqhubeka nokuzilolonga neqembu.

UManqana ubelokhu eziqeqesha naleli qembu kusukela kwaphela inkontileka yakhe ne-Orlando Pirates ngasekuqaleni kwesizini.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

UMashaba enkingeni yozovala esikaMeyiwa

Emizuzwini eyi-14 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 17-29°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Showery. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-24°C Heavy rain. Broken clouds. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 15-20°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...