URosslee ungomunye wabakhonjwa oSuthwini

2012-11-27 07:34

Johannesburg - Lowo owake waba ngumsizi womqeqeshi we-Orlando Pirates uGraig Rosslee usevele njengomunye walabo abashelwa ngaMaZulu kulandela ukuthi exoshe uRoger Palmgren.

USuthu luxoshe uPalmgren ngemuva kokungatheli zithelo njengomqeqeshi njengoba lusemsileni wePremiership.

IKickOff.com isithole ukuthi nalowo owake waqeqesha iMamelodi Sundowns, u-Ian Gorowa naye ungomunye wabangase bahole leli qembu.

Leli qembu kulindeleke limemezele umqeqeshi walo omusha ngasekupheleni kwaleli sonto.

Imenenja yaMaZulu uPhilani Mabaso uwaphebezile amahlebezi okuthi uRosslee uzojoyina iqembu.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-17°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. Pta: 3-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-19°C Sunny. Mild. Bloem: 2-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-24°C Sunny. Mild. PE: 9-26°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...