UPitso uthi uhlalele ethembeni

2012-12-10 10:04
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Njengoba enqobe umdlalo wokuqala kusukela ethathe amatomu kuMamelodi Sundowns, uPitso Mosimane uthi iqembu lakhe lihamba ngendlela.

NgokweSoccer Laduma, amaBrazilians anqobe ngo 1-0 ngesikhathi etholana phezulu neBlack Leopards ngeSonto, ngegoli likaKatlego Mphela.

“Kancane kancane siyeza, iqembu lisathukile. Uma ubuka umdlaolo wethu neFree State Stars, sakwazi ukuthi siwugcine umnandi. Kumele siqale ukufaka amagoli manje ukuze siphendule amatafula," kusho uMosimane.

“IBlack Leopards idlala kahle kanti ayisinikanga thuba."

UMosimane uthi ujabule ngokubuya kukaMphela wavuma ukuthi ubemincile ngesikhathi emfaka njengoba ebuya ekulimaleni.

“Bekunzinyana, nami ngisaba. Ngijabule ngokubuya kukaKiller."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Abantu bahlale begxeka - Baxter

Emizuzwini eyi-46 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-20°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 11-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 19-28°C Afternoon clouds. Warm. PE: 17-21°C Increasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...