UParker uchazekile ngokudlala kwamaTuks

2012-12-14 10:00
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Umgadli weKaizer Chiefs uBernard Parker uthi umdlalo wabo ne-University of Pretoria eFNB Stadium ngoMgqibelo uzoba ngomnandi kakhulu ngenxa yakubonile kuPSL kule sizini.

UParker uthi uchazeke kakhulu ngendlela AmaTuks adlala ngayo.

“Bengilokhu ngibabuka, badlala kahle kakhulu kanti abasabi ukuzibonakalisa enkundleni. Ngilindele umdlalo omnandi," esho etshela iKickOff.com.

IChiefs, ihola amaqembu ohlwini lweligi ngamaphuzu angu-31 emidlalweni engu-14 yeligi,.

“Njengoba ebelokhu esho umqeqeshi uStuart Baxter, ukudlala kahle emuva yikho okukuwinisa imidlalo kanjalo nokuhlasela ngendlela efanele. Kubalulekile ukuthi singadedeli magoli," kuqhuba uParker.

UParker uhamba phambili ngamagoli benoLehlohonolo Majoro – ngamagoli ayisishiyagalombili kuligi.


 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C High level clouds. Mild. Pta: 11-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-21°C Sunny. Mild. Bloem: 8-25°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-28°C Afternoon clouds. Warm. PE: 16-23°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...