UParker angase adlale kusihlwa

2012-12-18 10:10

Johannesburg - Angase abonakale umgadli onohlonze uBernard Parker uma ezakhe iKaizer Chiefs sezitholana phezulu naMaZulu emdlalweni wokugcina wokuvala unyaka, kubika iKickOff.com.

AmaKhosi azokwamukela uSuthu eSoccer City – emdlalweni ozoqala ngo-19:30 kanti uParker, nowalimala ngesikhathi bedlala ne-University of Pretoria ngoMgqibelo kuthiwa akekho engozini ngemuva kokubona udokotela.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

IChiefs isisayinise uCastro

Emizuzwini eyi-27 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 16-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 16-29°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 21-30°C Showers early. Decreasing cloudiness. Pleasantly warm.
Dbn: 20-28°C Afternoon clouds. Warm. PE: 16-19°C Drizzle. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...