UNtshumayelo ujabulile ngomdlalo wakhe wokuqala

2012-02-16 16:24
Yabelani Shicilela

Johannesburg – Umdlali omusha we-Orlando Pirates, uThandani Ntshumayelo uthi ujabulile ngomdlalo wakhe wokuqala kuleliya qembu, kubika iFootball365.co.za.

Lo mdlali oneminyaka engu-21 uthathe indondo yeMan of the Match emuva ko mdlalo lapho beshaye iBlack Leopards ngo-1-0 e-Orlando Stadium ngoLwesithathu.

UNtshumayelo udlale no-Andile Jali esiswini, esikhaleni sikalowo omisiwe, u-Oupa Manyisa.

"... Ngiqale kahle, kodwa kuzofuneka ngiqhubeke ngokusebenza," ushilo.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C High level clouds. Warm. Pta: 12-22°C More sun than clouds. Mild.
Jhb: 8-18°C Morning clouds. Mild. Bloem: 8-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-22°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...