UNale ufuna ukuhlala kwiChiefs

2011-12-08 16:24

Johannesburg – Umdlali weKaizer Chiefs, u-Abia Nale uthi ufuna ukudlala, kodwa uzozama ukusiza iqembu lakhe linqobe izindebe, kubika iFootball365.co.za.

Lo mdlali, owayedlalela iGolden Arrows udlale umdlalo wakhe wokuqala weligi ngesikhathi beshaya iMamelodi Sundowns ngepmelasonto edlule.

"Kuningi engifuna ukwenza. Ngifuna ukuhlala neChiefs ukuze ngisize iqembu linqobe imiqhudelwano," ushilo ekhuluma ne-website yeqembu.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C More sun than clouds. Cool. Pta: 18-28°C Passing showers. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 16-22°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 20-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-31°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-24°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...