UMusona noNale balimele
2011-03-07 07:28
Johannesburg – Abadlali beKaizer Chiefs, uKnowledge Musona noAbia Nale bazophuthwa umdlali wabo olandelayo njengoba bathole ukulimala emdlalweni wabe ne Free State Stars ngempelasonto, kubike i-Football365.co.za.
UMusona ukushwe kulomdlalo ekugcineni komdlalo emuva kokungqubuzana noKenndy Mweene, futhi umqeqeshi uVladimir Vermezovic uvumile ukuthi ulimele, futhi uzophuthwa umdlalo wabe we-Nedbank Cup neNathi Lions.
Futhi, kulindelwe ukuthi noNale angabikho kulomdlalo.
UNale ufakwe endaweni kaStanton Lewis emuva kwemizuzu ewu-72, kodwa kwafuneka ukuthi akishwe emuva kokudlala imizuzu ewu13 kuphela.
- News24