UMotsepe unikele ngoR23m

2011-11-29 12:36

Pretoria – Usihlalo weMamelodi Sundowns, uPatrice Motsepe unikeze imihlangano imali elingana noR23m ngendlela yakhe yokubuyisa emphakathini, kubika iKickOff.com.

Amaqembu azothola lemali yiCosatu, iSadtu, iNehawu, neZion Christian Church.

"Ebengifuka ukwenza ukubuyisela imali emiphakathini lapho ngenza khona imali yami," ushilo uMotsepe, ophinde abengusihlalo we-African Rainbow Minerals.

"Asingakhohlwi ukuthi umuntu oyedwa angadlisa yonke imiphakathi kuleli, kodwa ngiyajabula ngokusiza lapho ngingasiza khona."

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Rain showers. High level clouds. Warm.
Jhb: 12-26°C Heavy rain late. More clouds than sun. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...