UMoriri usewuvivele owamanqamu

2012-11-30 07:44

Johannesburg - Umdlali uSurprise Moriri uzobe edlala umdlalo wesikhombisa wamanqamu uma iMamelodi Sundowns isibhekene neBloemfontein Celtic koweTelkom Knockout ngoMgqibelo eMoses Mabhida Stadium.

UMoriri – nosehlale eChloorkop kusukela ngo-2004 – usedlale yonke imidlalo yamanqamu iqembu elike laba yingxenye yayo.

UMoriri, 32, uthi nokho akakholelwa ekutheni isipiliyoni sakhe sizodlala indima etheni ngoMgqibelo.

“Kuzoba ngumdlalo onzima kanti kuzonqoba lowo okwazile ukusebenzisa amathuba," esho.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

IZinyoni zifake iChiefs amabhuleki

Emizuzwini eyi-7 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Rain showers. High level clouds. Warm.
Jhb: 12-25°C Numerous showers. High level clouds. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...