UMoon ufuna kuhoxiswe amacala

2012-06-27 10:02
Yabelani Shicilela

Johannesburg -  Umdlali weGolden Arrows uBryce Moon osolwa ngecala lokubulala kulindeleke ukuba afake isicelo ngoLwesithathu enkantolo sokuba amacala abekwe wona ahoxiswe, ngokusho kombiko ngoLwesithathu. UMoon, 27, uzofaka isicelo eNkantolo yeMantshi yaseRandburg, kubika iphephandaba iSowetan.

Ubhekene namacala okubulala, ukuzama ukubulala, elokushayela edakiwe nokushayela budedengu.

Usolwa ngokushayisa abulale uMavis Ncube ngo-2009.

Utshele inkantolo ukuthi icala lombuso lincike ezitatimendeni kanye nakofakazi abangathembekile.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Sunny. Mild. Pta: 9-21°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 8-16°C Afternoon clouds. Cool. Bloem: 7-20°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 15-26°C Morning clouds. Mild. PE: 13-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...