UMngqithi wenza izinguquko kuChilli Boys

2012-07-17 07:16
Yabelani Shicilela

Cape Town - UCyril Mashego noLinda Shiba babuyele ku-Orlando Pirates emuva kokukhonjwa indlela kuChippa United njengoba umqeqeshi omusha ecwecwa iqembu lakhe, kubika iKickOff.com.

Laba bobabili bafike eKapa ngesikweletu bezodlala isizini yonke kuChippa besuka kuPirates, kodwa umqeqeshi omusha weChippa, uManqoba Mngqithi, nofike ngesonto eledlule, ubonakala enza ushintsho.

UMngqithi uphinde wadedela nalowo owayedlalela iKaizer Chiefs uTshifhiwa Mmbooi.

Ebuzwa uMngqithi uthe: “Yebo, kuyiqiniso. Sibagodukisile abadlali abathathu."



  - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ngeke abonakale uMusona

2014-04-23 14:02
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Sunny. Mild. Pta: 11-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 7-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 13-23°C Showers late. Morning clouds. Mild. PE: 11-20°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...