UMngqithi usezohola iChippa United

2012-07-09 14:04

Johannesburg - Njengoba kuke kwaphuma imibiko yokuthi uManqoba Mngqithi weshelwa yiChippa United, sekuqinisekisiwe ukuthi uzohola leli qembu kusizini ka-2012/13, kubika iKickOff.com.

Umnikazi weChilli Boys uChippa Mpengesi watshela lo mthombo wezindaba ngesonto eledlule ukuthi ngeke amdedele umqeqeshi wakhe uRoger Sikhakane, nowaholela leli qembu ekunqobeni ukuze likhushulelwe Premiership.

“Sinomqeqeshi oliqondayo iqembu ngakho ngeke senze shintsho," kusho uMpangesi ngaleso sikhathi.

Kodwa manje useshaye ingwiji njengoba eseqashe lowo owake waqeqesha amaZulu neGolden Arrows, uMngqithi.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Sunny. Mild. Pta: 17-30°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Passing showers. More sun than clouds. Mild. Bloem: 15-21°C Rain showers. Mostly cloudy. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 16-20°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...