UMashego udlala kahle: Mbesuma

2011-08-03 12:34

Durban – Umdlali weGolden Arrows, uCollins Mbesuma, uthi yena noKatlego Mashego bazohlangana kahle ngesizini ezayo, kubika iKickOff.com.

UMbesuma, nojoyine i-Arrows ngoDisemba ka-2010, ufake amagoli ayishumi ngesizini edlule.

"Ubugagu bami sebubuyile, futhi ngidlala kahle," esho. "Ngifuna ukwenza ngcono ngesizini ezayo. Kuyangijabulisa ukufaka amagoli.

"Uma ngibheka abadlali esinabo eqenjini, ngicabanga ukuthi sizokwenza kahle."

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter.

- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 18-24°C Scattered showers. More clouds than sun. Mild.
Jhb: 15-20°C Passing showers. Broken clouds. Mild. Bloem: 15-19°C Heavy rain. Mostly cloudy. Mild.
Dbn: 20-21°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 18-22°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...