UMajoro uzobe ekhona koweMali

2013-01-30 07:39

Johannesburg - Izihlathi zizovakashela izindlebe kubathandi beBafana Bafana kulandela izindaba ezithi uLehlohonolo Majoro useluleme ngokugcwele ukuthi angabuyela ejokeni uma ezakhe sezibhekene neMali ngoMgqibelo eMoses Mabhida Stadium, kubika iKickOff.com.

IBafana ibuyele ekuzilolongeni ngoLwesibili, ngemuva kokunikezwa umhlabakhefu ngoMsombuluko.

UMajoro walimala embaleni ngesikhathi iBafana ibhaxabula i-Angola ngo 2-0.

Khonamanjalo, izindaba ezimbi zithi umdlali wasemuva u-Anele Ngcongca, nothole amakhadi amabili aphuzi kule midlalo, ngeke awudlale oweMali.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Decreasing cloudiness. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Heavy rain. Morning clouds. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. Broken clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-18°C Numerous showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...