UMabalane ulimele

2011-12-08 16:23
Yabelani Shicilela

Cape Town – Umdlali we-Orlando Pirates odlala ephikweni, uDikgang Mabalane angeke adlale emdlalweni wamanqamu weTelkom Knockout ngoMgqibelo, kubika iFootball365.co.za.

Kuzohlangana iPirates neBidvest Wits eMoses Mabhida Stadium, eThekwini.

Lo mdlali oneminyaka engu-31 ulimale ethangeni ngesikhathi beshaya iqembu elidlala kwiNational First Division, i-Atlie FC ngo-4-1 ngoMsombuluko emdlalweni wobungane.

Kodwa, uLucas Thwala, u-Oupa Manyisa noNjabulo Ntusi kulindeleke ukuthi balulame phambili ko mdlalo.

UHappy Jele yena angeke apsaphinde adlale kulesizini emuva kokulimala edolweni emdlalweni weligi neWits, lapho bashaywa khona ngo-3-1.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 12-23°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 10-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 4-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-24°C Haze. Mild. PE: 13-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...