UKhoza usehoxile emjahweni weSascoc

2012-11-13 14:02

Johannesburg - U-Irvin Khoza usehoxile emjahweni wesobumengameli kuSA Sports Confederation and Olympic Committee (Sascoc), eshiya uGideon Sam engancintiswa muntu kulesi sikhundla, kubika iKickOff.com.

Lesi sikhulu se-Orlando Pirates, nesiphinde sibe yiphini likamengameli weSafa noSihlalo wePremier Soccer League, ngeke sisabangisana noSam uma sekunokhetho ngoNovemba 24.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C High level clouds. Mild. Pta: 17-30°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Passing showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-18°C Rain showers. Broken clouds. Mild.
Dbn: 17-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 15-19°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...