UKatongo ukhala ngesimo senkundla

2013-01-29 07:42
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Umdlali weqembu lesizwe eZambia uChris Katongo uthi nakanjani ikhona ingcindezi njengoba bezobhekana neBurkina Faso kusihlwa eMbombela Stadium, kubika iKickOff.com.

IChipolopolo neyadla umhlanganiso kule midlalo, ibukeka idonsa kanzima.

Ebuzwa ukuthi kungani iqembu lingadlali njengokulindeleke kompetha, uKatongo ukhale ngesimo senkundla abadlalela kuyo, nalapho kwathelwa khona isihlabathi njengoba kwakuhlasele imvula enkulu.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-21°C Sunny. Mild. Bloem: 11-25°C Sunny. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 15-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...