UJohnson uthembisa iChiefs isibhaxu

2012-11-23 14:04

Johannesburg - Umqeqeshi wePlatinum Stars uCavin Johnson uthi iqembu lakhe lizimisele ngokwephula irekhodi leKaizer Chiefs lokungashaywa uma sebehlangana koweligi ngempelasonto eRoyal Bafokeng Sports Palace.

AmaKhosi yilona kuphela iqembu elingaze lishaywe solokhu kuqale isizini, kodwa uJohnson uthi ezakhe zizokhipha izikhwepha ukuze lithole amaphuzu amaningi.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Sunny. Mild. Pta: 4-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-25°C Morning clouds. Mild. PE: 14-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...