UJele uzoqala umdlalo neChippa

2012-12-05 12:03
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Umdlali wasemuva we-Orlando Pirates uHappy Jele, uzobonakala umdlalo uqala, phakathi kwezakhe neChippa United, ngemuva kwesikhathi esingunyaka engadlali.

Umdlalo uzobanjelwa e-Athlone Stadium, eKapa, ngo-19:30.

UMagents wagcina ukubonakala enkundleni eqala umdlalo ngomhlaka-19 Novemba 2011, ngaphambi kokuthi alimale.

Abezindaba zeKickOff.com baqinisekise ukuthi lo mdlali oneminyaka engu-25 ubudala, usayine inkontileka entsha yeminyaka emithathu neBhakabhaka.

Umqeqeshi uRoger De Sa uzoshintsha umdlalo wakhe ngokuqalisa uJele, njengoba kumiswe uSiyabonga Sangweni.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-21°C Sunny. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-17°C Sunny. Mild. Bloem: 7-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 15-22°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Cool. PE: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...