UChansa uyithemba lePirates

2012-02-22 07:43

Johannesburg -  Iqembu i-Orlando Pirates lizokwamukela umdlali walo u-Isaac Chansa uma seliya eRustenburg ukuyotholana phezulu nePlatinum Stars emdlalweni weligi ngoLwesithathu kusihlwa, kubika iKickOff.com.

UChansa akabanga khona emidlalweni emibili yamaBhakabhaka njengoba ebesabungaza nezwe lakubo, iZambia, ngokunqoba i-Africa Cup of Nations.

Kodwa-ke, ubeyingxenye yabadlali abebesebhentshini kuPirates ngesikhathi iguqisa iBidvest Wits ngo 3-2 ngoMsombuluko ngegoli likaLuis Boa Morte namabili kaBongani Ndulula.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Sunny. Mild. Pta: 14-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-26°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-26°C Widely scattered tstorms. Afternoon clouds. Mild. PE: 15-20°C Passing showers. Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...