U-Abrahams usola abadlali ngokuxoshwa kwakhe

2013-01-29 14:06
Yabelani Shicilela

Cape Town - Umqeqeshi uFarouk Abrahams uthi ukuxoshwa kwakhe yiChippa United, bekungalindelekile neze, futhi ukholwa wukuthi ubhediselwe ngabadlali.

AmaChilli Boys abelokhu engaphumeli obala ngokuxoshwa kuka-Abrahams, nokho umkhulumeli wawo uLukhanyo Mzinzi, ugcine etshela abeKickOff.com ukuthi inhloko isihlukene nesixhanti.

U-Abrahams waqala ukuqeqesha iqembu ngo-Okthoba, enikwa inkontileka yeminyaka emibili nesigamu.

Okwamnje iqembu lizophekwa ngumelekeleli uWilfred Mugeyi.

“Yebo, ngingaqinisekisa ukuthi umsebezni wonke ususele noWilfred Mugeyi," kusho u-Abrahams, etshela abezindaba.

“Engingakusho wukuthi kukhona abadlali abanesanda ekuxoshweni kwami. Ukuxoshwa kwami akukho mayelana nebhola. Izolo ngihlangane nosihlalo, sikhuluma ngokusayiniswa kuka-OJ Mzbizela, yonke into ibihamba kahle."




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-20°C Rain late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...