Sisizwe ukuhlalela ethembeni - Mikel

2013-02-04 07:36

Johannesburg - UJohn Mikel Obi uthi ukuzethemba yikhona okuwelisele amaSuper Eagles ngaphesheya ngesikhathi eshaya iCôte d'Ivoire ngo 2-1, badlulela kuma-semifinals kowe-African Nations Cup, kibika iKickOff.com.

Abathandi bebhola abaningi bebethi lo mdlalo kuzoba ngowe-Ivory Coast, kodwa uMikel uthi iNigeria ibone ithuba yangasalidedela.

"Wonke umuntu ubesishaya ngesithende ngaphambi komdlalo, kodwa besizethembile ngenxa yokuthi siyazi ukuthi sinesikwati esihle.

"Besilokhu sizinika ithemba, sizilolonga sisebenzisana njengeqembu nokubukeke kusisebenzelile."

UMikel useke wathola ukugxijwa okukhulu okuvela kubalandeli ngesitayela sakhe sokudlala ibhola elingasheshi, wathi kodwa lokho akakugqizi qakala.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C High level clouds. Cool. Pta: 21-31°C a few showers. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 17-26°C Showers early. Morning clouds. Warm. Bloem: 16-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 20-33°C More sun than clouds. Hot. PE: 17-26°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...