Sisekhona isikhathi - Igesund

2012-11-15 08:18

Johannesburg - Umqeqeshi weBafana Bafana uGordon Igesund uthe usemningi umsebenzi omhlalele neqembu ngemuva kokuthi beguqiswe ngo 1-0 yiZambia koweNelson Mandela Challenge ngoLwesithathu ebusuku, kubika iSoccer Laduma.

Igoli elibe lihle kakhulu likaCollins Mbesuma yilo elihlukanise impumalanga nentshonalanga, kodwa iBafana ihlulekile ukwakha amathuba okufaka amagoli ngesikhathi begadulisana nalabo shampeni base-Afrika.

U-Igesund ukholelwa ekutheni udinga isikhathi esithe xaxa nabadlali bakhe.

Uthi ngaleyo ndlela izinto zizoshintsha, wathi ngeke akufihle ukuthi kumjabhisile ukuhlulwa.

"Siyabahalalisela, bafake igoli elihle kakhulu. Ngicabanga ukuthi besingenza kangcono nathi," esho.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Mostly sunny. Cool. Pta: 6-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 1-9°C Sunny. Cool. Bloem: -1-11°C Showers early. Morning clouds. Cool.
Dbn: 11-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Refreshingly cool. PE: 9-14°C Rain showers. Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...