Singayidlula iPirates - Johnson

2012-12-12 14:02

Johannesburg - Umqeqeshi wePlatinum Stars uCavin Johnson usekusho kwagcwala umlomo ukuthi iqembu lakhe lizimisele ngokuvala unyaka ngegiya eliphezulu ngokunyuka kuPremiership lihlale endaweni yesibili, kubika iKickOff.com.

Lokhu kulandela ukuthi beshaye iGolden Arrows ngo 6-4 ngempelasonto.

IDikwena isinamaphuzu angu-28 kanti ilele endaweni yesithathu ohlwini lwamaqembu eligi, njengoba ilandela eduze oshampeni i-Orlando Pirates ngomehluko wegoli elilodwa.

Leli qembu lizodlala neSuperSport United ngoMgqibelo ngaphambi kokuvala isizini ngomdlalo walo neMoroka Swallows ngoDisemba 19.

UJohnson uthi babheke ekuthatheni wonke amaphuzu ayisithpha kule midlalo emibili.

AmaBhakabhaka azodlala neMaritzburg United ngoLwesihlanu bese evala ngeGolden Arrows ngoDisemba 19.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-14°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 6-23°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 3-19°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 7-20°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 17-29°C Sunny. Pleasantly warm. PE: 16-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...