Sifuna ukugqama eningini - Khoza

2012-09-11 08:35
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Isikhulu se-Orlando Pirates u-Irvin Khoza uthe akukho okuningi angakusho kumqeqeshi omusha uRoger de Sa, ngoba vele ukuqokelwa kulesi sikhundla kuxoxa indaba kukodwa, kubika iKickOff.com.

UDe Sa unikezwe inkontileka yeminyaka emithathu, necacisayo ukuthi ngeke kuqinisekiswe ukuthi uyohlala kuze kube sekupheleni kwayo.

UDe Sa ungumqeqeshi wesine kuleli qembu ezinyangeni ezingu-18.

"Ebholeni lakuleli akudingeki ulokhu ubeka imithetho mayelana nokulindelekile kumqeqeshi ngoba abalandeli yibo abashayela inqola yebhola," kusho uKhoza.

UDe Sa ungene ezicathulweni zika-Augusto Palacios kanti kulindeleke alethe ushintsho.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ngeke abonakale uMusona

2014-04-23 14:02
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Sunny. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-17°C Sunny. Mild. Bloem: 7-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 15-22°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Cool. PE: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...